Combos

Our Offering

Amacombo amancane wokumlungisa/ wokumbuyisa umuntu wakho othandana naye noma ubukade uthandana naye.

Small Combo 1

Price R250 including courier

Mehlo kandaba products presents to you umazenza zonke siwasho/ aura salt. Lesiwasho esokubuyisa umuntu wakho nokulungisa uthando phakathi kwakho nomuntu wakho. Uyasteamer, uphinde ugeze ngaso ukhulume konke okufisayo.
Small Combo 2

Price R300 including courier

Ubheka Mina ngedwa combo 1 is an entry level combo ekusizayo if umuntu wakho usevele wakublocker noma usubona ukuthi akasenzi kahle. Uyakhafula, and uyasteamer.
Small Combo 3

Price R390 including courier

Ubheka Mina ngedwa combo 2 uyasusa amathunzi amnyama uphinde ukwenze ukuthi uthandeke kumuntu wakho asondele eduze.
Small Combo 4

Price R290 including courier

Iskhafulo sokubuyisa umuntu wakho siyasiza Mawukuthi ublockiwe, umuntu wakho Uvele wakunyanya esthubeni, futhi uzwa kukhona ischitho between wena nomuntu wakho.
Small Combo 5

Price R450 including courier

Ubheka Mina ngedwa combo 3 uyasiza mawukuthi ubaba wengane akafuni ukuhlawula, and futhi akafuni ukuyondla ingane. Niyaxabana nomuntu wakho? Thatha lecombo.
Small Combo 6

Price R460 including courier

Ublockiwe? Umphupha kabi umuntu wakho? Nixabana njalo? Umzimba uyaluma ngendla exakile?.. Nayi icombo esusa ischitho bese uyamlungisa nomuntu wakho.
Small Combo 7

Price R370 including courier

Ubheka Mina ngedwa combo 4 uyasiza mawukuthi Nixabana njalo nomuntu wakho and uzizwa ungasathandeki kuyena nakubantu.
Small Combo 8

Price R420 including courier

Ubheka Mina ngedwa combo 5 uyasiza ukwenza umuntu wakho asondele kuwena, akuthande kahle mawukuthi ubengasakwenzi ebekade ekwenza.
Small Combo 9

Price R360 including courier

Ubheka Mina ngedwa combo 5 uyasiza ukuthi ugezeke, uthandeke kumuntu wakho, Kuphinde kumbenmnandi phakathi kwenu.

Medium combo's wokumbuyisa uphinde umlungise umuntu wakho.

Medium Combo 1

Price R660 including courier

Ublockiwe? Unesichitho? Uyalwa nomuntu wakho? Nayi icombo yokumlungisa umuntu wakho nibuyele nithandane kahle.
Medium Combo 2

Price R670 including courier

Awuthandeki? Feeling unattractive towards your partner? Manibonana akukho mnandi? Nayi icombo yokumlungisa umuntu wakho ugezeke niyeke ukuxabana njalo.
Medium Combo 5

Price R750 including courier

Lena I-Full house combo yokumbuyisa uphinde umlungise umuntu wakho mawukuthi Ublockiwe, unesichitho, Awuthandeki, uzibona ungasafunwa.
Medium Combo 10

Price R290 including courier

U-Rainbow siwasho uyasiza ukuthi umuntu wakho akuthande kakhulu kunakuqhala ngoba uyakugeza ukwenze ubenogazi.

Amacombo amakhulu for ukumbuyisa umuntu wakho noma umlungise umathandana wakho.

Exclusive Combo 1

Price R890 including courier

Lena ke ngu Exclusive combo wethu ohamba namafutha othando, iskhafulo sothando, iswasho sothando and many more.
Exclusive Combo 5

Price R950 including courier

Lecombo ihamba namakhambi anamandla futhi mawukuthi ungunkosikazi noma usuzoshada iyaksiza ukukvikela kwizitha eziqhamukayo.
Exclusive Combo 6

Price R880 including courier

Le combo izokwenza uthandeke, ugezeke aphinde futhi namafutha akwenze ubenenhlanhla, umuntu wakho asondele kuwe.

For abantu abathanda iziwasho nakhu okwabo
This section is for people that only love using iziwasho or aura salts to enhance their life and to open doors of anything they are manifesting for.

Other 3

Price R280 including courier

Lesi isiwasho sokuvula inhlanhla yakho, siyasiza kakhulu mawufuna umsebenzi, or if ungumuntu ofundayo, noma nje mawukuthi emsebenzini ufuna ukuthandeke kuhambe kahle izinto zakho.
Other 9

Price R290 including courier

Lesi isiwasho sesigane ezifundayo esisisazyo mawukuthi ingane iyakhathala, eskolweni noma ayithandeki kwezinye ingane noma abantu nje.